Ingoma kaZyamfisa ebizwa “uRihanna” isiphumile futhi ishisa izikhotha
U-Siphelele 'uZyamfisa' Mbambo, ohlala eDrieziek 1, ngumculi kaMasikandi owathanda lomculo esemncane kakhulu. Waqala ngokugidela abanye abaculi kwase kuthi ngonyaka ondlule waqala ukusebenza ku mculo wakhe eyedwa. Kulenyanga yothando ukhiphe ingoma ...

































