Kubhimbe uhlelo uMinnie Dlamini echwensa uKhune
‘Ubethu ubukisa ngesoka lakhe lakudala kodwa kwangahamba ngokohlelo,’ lawa ngamazwi abantu abaningi ababukele uhlelo lwentokazi yakuleli uMinnie ezama ukwenza ihlaya ngo-Itumeleng Khune.
Read more‘Ubethu ubukisa ngesoka lakhe lakudala kodwa kwangahamba ngokohlelo,’ lawa ngamazwi abantu abaningi ababukele uhlelo lwentokazi yakuleli uMinnie ezama ukwenza ihlaya ngo-Itumeleng Khune.
Read moreUmdlavuza wendlala yesinye kwabesilisa, iProstate Cancer, igadla kakhulu kubantu abamnyama kanti lokhu kuhlaluke emkhankasweni obuseMlaza, ngoMgqibelo.
Read moreUfisa ukusebenza noKelly Khumalo, uThabo Ndlovu waseMpumalanga, eWitbank ngoMgqibelo othweswe isicoco sokugcina ohlelweni lomculo ama-Idols SA. UThabo ubesesele nentokazi engumkhaya wakhe uPrincess, ephume isibili kulolu hlelo.
Read moreAbahleli bomcimbi iDrakensberg Extravaganza & Heritage Experience, ezoba seBergville izinsuku ezingu-11 kusuka kule nyanga, bathi benze isiqiniseko sokuthi bahlanganisa izinto ezizothakaselwa yiwo wonke umuntu.
Read moreOwanqoba kwiBig Brother Mzansi nyakenye, uMpho waBadimo, usethathe isinqumo sokungena emculweni. Lokhu kuza emva kokuthi eveze ukuthi uzokhipha iculo lakhe lokuqala iBonga, elizophuma ngoNovemba.
Read moreSekuvele ukuthi kukhona abasakazi abangajabule ngendlela abaphathi boKhozi neSABC abasingathe ngayo udaba lomsakazi osakaza uhlelo iDankie 1223 uZimiphi Biyela odume ngelikaZimdollar nosakaza lolu hlelo noKing Sfiso phakathi nezinsuku.
Read moreOwesilisa oneminyaka engu-31 ubudala uvele phambi kweMantshi yaseBrits, ngecala lokudlwengula usana lwakhe olunenyanga luzelwe.
Read moreIndlovukazi yegqom’ uBongekile “Babes Wodumo” Simelane ithe yize abangani beyibalekele ngemuva kokushona komyeni wayo uMandla “Mampintsha” Maphumulo, ngoDisemba nyakenye kodwa ayinanxa nabo.
Read moreIsasasa elibonakale kwethulwa isiteshi esisha, iZee Zonke(DStv 169), yilona abahlose ukulibona abasunguli besiteshi semidlalo ehlukene yaseNdiya kodwa okukhulunywa kuyo isiZulu.
Read moreUsotakwini unontandakubukwa obezenza udokotela enkundleni uTik Tok. Lo mlisa osemncane odume ngelikaDkt Matthew Lani ube nyamanambana ngesikhathi iNyuvesi iWits imphika bukhoma ngemuva kokuveza ukuthi iziqu zobudokotela wazithola kuyo.
Read more