Petrol increases this Wednesday as diesel drops
June 1, 2026
Orange Farm trio releases heartfelt single
June 1, 2026
Uthando Youth Club empowers youth through dance
June 1, 2026

Umculi weGqom uBusiswa Gqulu (34) wodumo lwengoma ethi Banomoya, ugonyuluke ngobunzima adlule kubo ngemuva kokuthola ingane yakhe ewuzinyobulala, uKgosi.
Uzofihlwa ngoLwesihlanu umsunguli we-IFP inkosi Mangosuthu Buthelezi. Lesi simemezelo sikhishwe nguNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNkk Nomusa Dube-Ncube, izolo ntambama, othe baziswe ngumndeni emva komhlangano.
I-DA isabisa ngenkantolo ngoloxhaso lweRoyal AM
Owesilisa obonakala kwi-video esezinkundleni zokuxhumana ebamba ngesidlozana umfundi ngezinwele, uvulelwe icala lokushaya. U-Andries Booysen oneminyaka engu-51 obudala uvele kancane eNkantolo yeMantshi eMidrand lapho athole khona ibheyili kaR2000.
Wethule ubufakazi obushaqisayo uSergeant Moses Mabasa kwelokubulawa kukalowo owayengunozinti we-Orlando Pirates neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa, izolo.


Call: +27 10 230 0038
Whatsapp: +27 11 850 1160
Copyright © 2012 Orange Farm News.