Health, Local

Ukusha kwamakhaya nabantu kuvame kakhulu ebusika

Izingozi zomlilo zibaziningi ebusika, izindlu siyasha zinqonqe, imindeni ilahlekelwe yimpahla yonke kokunye abantu bayashona

Admin
May 2, 2023

Izingozi zomlilo zibaziningi ebusika, izindlu siyasha zinqonqe, imindeni ilahlekelwe yimpahla yonke kokunye abantu bashone

Ebusika abantu beza ngezindlela azahlukene zokufudumala. Ugesi nawo uhamba kakhulu bese abantu besebenzisa uparafini, ukupheka namakhandlela ukukhanyisa.

Imililo eminingi iye ibangwe amakhandlela ashiywe wodwa ekhanyisiwe, mhlambe liwele phansi lithinte ikhethini noma ingubo bese kuyasha. Izitofu zikaparafini negesi nazo zinobungozi maziqhuma ziyashisa. Ukukhohlwa ukucima izitofu zikagesi namahitha makuhambe ugesi noma umuntu eya emusebenzini nakho kunomthelela ekusheni kwemizi.

Into ebuhlungu ngomlilo ukuthi ulahlekelwa yiyo yonke impahla usale ungenalutho. Kodwa impahla ingathengwa futhi umphefumulo womuntu awuthengiswa yingakho kubalulekile ukugwema ukusha ngazozonke izindlela.

Gwema ukusha ngokucima izitofu namahitha ugesi bawuhambile noma uphuma endlini. Bekakahle ikhandlela ukuze lingathinti izingubo kusuke umlilo. Sebenzisa kahle isitofu segesi noparafini.

Izinombolo ongazishayela makusha:

Disaster Management: 011 928 6454

Ambulance and fire: 011 427 1599 noma 011 222 8001

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • United Future Stars crowned Drieziek Lion U11 champions
    2 days ago
  • Intouch stands with WaterCan in fight for clean and safe water
    2 days ago
  • Lion roaming Vereeniging located after police launch search operation
    3 weeks ago
  • Ntsele Foundation brings sport, education and indigenous games together in Drieziek
    3 weeks ago

More stories like this

  • Local
    Orange Farm preschool owners tackle financial struggles
    3 weeks ago
  • Evaton, Health
    Mpumelelo Clinic launches youth-friendly healthcare services
    3 weeks ago
  • Local
    National Kasi Heroes Awards shortlist recognises Abel Mosianedi
    3 weeks ago