Crime, Local

Isafuna ubulungiswa imindeni yentsha eyabulawa ngesihluku

Njengoba lena kuyinyanga yokubungaza intsha imindeni eminye ayinanto eyibungazayo ngoba izingane zayo zabulawa ngesihluku futhi abakatholi ubulungiswa.

Admin
June 22, 2023

Njengoba lena kuyinyanga yokubungaza intsha imindeni eminye ayinanto eyibungazayo ngoba izingane zayo zabulawa ngesihluku futhi abakatholi ubulungiswa.

Izenzo zokubulala ngesihluku zivamile eOrange Farm, futhi ababulali kubakancane baboshwe.

UQueen Mthembu, waseLakeside noThubalethu Qindi wase Ext 1 kanye noSimphiwe wase Lakeside babulwa ngesihluku eminyakeni engaba mibili noma mithathu eyendlule kodwa ababulali babo abatholakanga.

Lokhu kuzwisa imindeni yabo ubuhlungu kakhulu, uQueen watholakala ebulewe futhi eshisiwe emuva kokulahleka amaviki. UThubalethu Qindi, wabulwa ngesihluku eshaywa ngenduku yokudlala igalofu ekhanda. USimphiwe yena watholakala esigangeni egwaziwe eExt 3.

Laba abathathu akusibona bodwa abantu abasha ababulewe ngesihluku eOrange Farm bakhona abanye abaningi futhi. Imindeni ekufunayo nje ukubona abenzi bobubi beboshiwe.

Uma unalo ikhono lokusiza lemindeni ithole ubulungiswa ungashayela lenombolo 011 850 1026.

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • Evaton man arrested after police recover suspected stolen SAPS firearm and uniform
    3 days ago
  • Orange Farm at the polls: 116,103 registered voters, 410 candidates, but will residents turn up?
    2 weeks ago
  • Lion roaming Vereeniging located after police launch search operation
    2 weeks ago
  • No arrests after armed gang bombs four ATMs, flees with bag of cash in Orange Farm
    3 weeks ago

More stories like this

  • Drieziek
    Ntsele Foundation brings sport, education and indigenous games together in Drieziek
    3 weeks ago
  • Local
    Orange Farm preschool owners tackle financial struggles
    3 weeks ago
  • Evaton, Health
    Mpumelelo Clinic launches youth-friendly healthcare services
    3 weeks ago