Local

Ngemivimbo yakhe siphilisiwe thina

Kepha yazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kodwa thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushwe

Admin
April 6, 2023

Wazithwala izifo zethu, yabetshatha ubuhlungu bethu, kodwa thina sathi ijezisiwe, ishaywe nguNkulunkulu, ihlushwe

Yebo, yalinyazwa ngenxa yeziphambeko zethu, yachotshozwa ngobubi bethu; isijeziso sasiphezu kwayo ukuba sibe nokuthula, nangemivimbo yayo siphilisiwe thina.

Izwi lithi wazithwala izifo zethu, wabetshatha ubuhlungu bethu nakulenyanga lapho sibungaza iPhasika ngithanda ukundlulisa amazwi athi nakulobo buhlungu, nezifo ezisiphethe, nezimo zonke esindlula kuzo uyazazi.

Okudingeka kakhulu kithi ukuba simthande singapheleli ekubeni ngabalandeli ngoba kunomehluko phakathi komuntu ongumlandeli kaJesu nalowo omthandayo. Uma umthanda ngeqiniso uyakuthwala athwale nezinkinga zakho zonke. Wanikela ngowakhe umzimba ukuba ashaywe ukuba thina siphiliswe ngemivimbo emzimbeni wakhe sisindiswe thina, ngegazi lakhe sithethelelwe thina.

INKOSI YOMUSA IBE NANI NONKE KULAMAHOLODE NIPHEPHE NASEZINGOZINI NGEGAMA LIKAJESU AMENI.

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • United Future Stars crowned Drieziek Lion U11 champions
    2 days ago
  • Special electoral preview: Here’s where to cast your votes in Orange Farm
    3 days ago
  • Lion roaming Vereeniging located after police launch search operation
    3 weeks ago
  • Ntsele Foundation brings sport, education and indigenous games together in Drieziek
    3 weeks ago

More stories like this

  • Local
    Orange Farm preschool owners tackle financial struggles
    3 weeks ago
  • Evaton, Health
    Mpumelelo Clinic launches youth-friendly healthcare services
    3 weeks ago
  • Local
    National Kasi Heroes Awards shortlist recognises Abel Mosianedi
    3 weeks ago