Politics

I National Shutdown ayiphazamisanga lutho e Orange Farm

Admin
March 21, 2023

Izolo bekubanjwe ukhuqulela ngoqo wesiteleka obizwa nge National Shutdown obowuhlanganiswe iFinancial Freedom Fighters iEFF ngamafuphi. Lesiteleka senzeke ezindaweni eziningi la Eningizimu Africa. Kodwa iOrange Farm ne Palm Springs aziphazamisekanga nhlobo.

Lesisiteleka bekuyindlela yokubonisa ukungajabuli kwabantu ngezimo eziningi ezingahambi kahle kulelizwe ezifaka phakathi ukucinywa kukagesi okwenzeka mihla yonke. Okuphazamisa kakhulu izimpilo zabantu namabhizinisi. Okunye obekufunwa ababhikishi ukuthi umongameli wezwe uCyril Ramaphosa esule esitulweni sakhe sokuba ngumongameli wezwe.

Amadolobha amakhulu abonakale ebomvu izolo amalunga eEFF namanye amaqembu ezombusazwe ebeyinxenye yalesiteleka. Izitolo bezivalilwe amatekisi eguquza wodwa abantu bengekho. E Orange Farm nase Palm Springs bekunjengasemihleni izitolo zivuliwe, kodwa kuyekwabakhona labo abayebavala imigwaqo ngamatshe kepha amaphoyisa afika masinyane abaxosha avula imigwaqo.

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • Rise Up leader enters Ward 4 race as ATM councillor candidate
    4 months ago
  • ATM handover new house to a Drieziek 4 resident
    5 months ago
  • Orange Farm News Mid December 2024
    December 6, 2024
  • Current Issue: Orange Farm News end October 2024
    October 24, 2024

More stories like this

  • National, Politics
    President Ramaphosa mourns the loss of former minister Tito Mboweni
    October 14, 2024
  • Business, Crime, Current Issues, Environment, Health, Local, National, Politics, Sport
    Current Issue: Orange Farm News End September 2024
    September 25, 2024
  • Local, National, Opinion, Politics
    Media Monitoring Africa (MMA) flags over 300 cases of mis/disinformation during electoral period
    June 28, 2024