National

Sekunabantu ababulawe umlilo selokhu buqalile ubusika

Seziningi izigameko zokushona kwabantu ezibikwe abase Joburg Emergency Management Services (EMS) selokhu eqalile uNhlangulana

Admin
June 8, 2023

Seziningi izigameko zokushona kwabantu ezibikwe abase Joburg Emergency Management Services (EMS) selokhu eqalile uNhlangulana

E Drieziek 6, kushone owesimame emuva kokuhogela intuthu ebangwe umlilo kwakhe. Kuthiwa imbangela yomlilo oqubuke endlini yisitofu sogesi. Omunye obesendlini makusha kanye nengane baphuthunyiswe esibhedlela.

Kwesinye isigameko esibikiwe endaweni yaseZandspruit lapho kutholakele khona izidumbu ezimbili zishe zanqonqa. Kubikwe ukuthi ingaba yishumi imikhukhu evuthile kulendawo. Izindawo ezinemikhukhu eminingi, esondelene umakusha owodwa neminye iyasha masinyane futhi.

Abosizo eliphuthumayo banxusa abantu ukuthi baphephe ngalesisikhathi sobusika. Ngoba yilapho imililo ibhoke khona. Abantu babaqaphele kakhulu amakhandlela, izitofu zogesi noparafini nezinye nje.

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • Government announces R10bn fuel levy relief for motorists
    2 weeks ago
  • Gauteng opens applications for 2026 summer initiation schools
    2 months ago
  • Thirty years of waiting, a memoir and a trial: conviction in Tupac Shakur killing brings closure
    2 months ago
  • SASSA confirms September 2026 grant payment dates
    2 months ago

More stories like this

  • Business, Current Issues, Local, National
    Elections and the information integrity crisis: Why SA’s human rights body is taking action
    2 months ago
  • Crime, National
    Orange Farm cop killed in mine dispute 
    3 months ago
  • Local, National, News
    Postbank issues last call for SASSA Gold Cards renewal
    3 months ago