Local

Iyaziqhenya iOrange Farm ngo Empress Lily obuye nendondo ebaluleke kakhulu

Kulenyanga yokubungaza abesimame kubeyinjabulo enkulu eOrange Farm emuva kokuthi omunye wabaculi ocula umculo weReggae uKhanyisa Dibane owaziwa ngo Empress Lily ethole indondo yomculi ovelele ku Basadi In Music Awards.

Admin
August 25, 2023

Kulenyanga yokubungaza abesimame kubeyinjabulo enkulu eOrange Farm emuva kokuthi omunye wabaculi ocula umculo weReggae uKhanyisa Dibane owaziwa ngo Empress Lily ethole indondo yomculi ovelele ku Basadi In Music Awards.

Lomculi osemncane ngeminyaka bephelezelwe ngumawakhe uCatherine Dibane kanye nomphethe uGangalee owenkampani yokuqopha umculo angaphansi kwayo uEmpress iGangalee Production.

Ukuphumelela kwakhe kusho lukhulu, kubonisa ukuthi likhona ithalante eOrange Farm futhi kukhathaza nabanye abaculi ukuba bazimisele, basebenzekanzima, bangalahli ithemba.

U-Gangalee uthe ujabule kakhulu ngalendondo futhi uyaziqhenya ngo Empress Lily. Uphinde wathi kuyisifiso sakhe ukubona nabanye abaculi base Orange Farm bewina izindondo kwezomculo. U-Empress Lily yena ubonge abahlali base Orange Farm ngokumxhasa njalo.

Ezinkundleni zokuxhumana abahlali base Orange Farm bahalalisele uEmpress Lily besho indlela abaziqhenya ngayo ngaye futhi bemufisela okuhle kodwa ohambeni lwakhe lomculo.

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • Drieziek Recreation Park moves closer to completion as access road works resume
    2 weeks ago
  • United Future Stars crowned Drieziek Lion U11 champions
    2 weeks ago
  • Special electoral preview: Here’s where to cast your votes in Orange Farm
    2 weeks ago
  • Orange Farm at the polls: 116,103 registered voters, 410 candidates, but will residents turn up?
    4 weeks ago

More stories like this

  • Local
    Lion roaming Vereeniging located after police launch search operation
    1 month ago
  • Drieziek
    Ntsele Foundation brings sport, education and indigenous games together in Drieziek
    1 month ago
  • Local
    Orange Farm preschool owners tackle financial struggles
    1 month ago