National

I-Interpol idlulisele emaphoyiseni umshini okucebayo uma ukuleli ngokungemthetho

Admin
July 26, 2024

I-Interpol idlulisele emaphoyiseni imishini esho ngaleso sikhathi uma umuntu ekuleli ngokungemthetho noma uma uhamba ngemoto eyebiwe. Le mishini inikwe amaphoyisa uNobhala-jikelele we-Interpol, uDkt Jurgen Stock osohambeni lwezinsuku ezimbili eNingizimu Afrika.

Imishini yamukelwe uMkhuzi wamaPhoyisa, uGeneral Fannie Masemola.Okhulumela amaphoyisa kuzwelonke, uBrigadier Athlenda Mathe, uthe imishini izolekelela ngokuthi ube impumelelo umsebenzi wamaphoyisa wokulwa nobugebengu.“Uzositshela ngaleso sikhathi uma umuntu engene eNingizimu Afrika ngendlela engekho emthethweni futhi uma imoto iduniwe noma yebiwe,” kusho uBrig Mathe.

Umbutho wamaphoyisa kuleli uyingxenye yamazwe omhlaba ayilungu lale nhlangano. Khonamanjalo, athelekile eParis, eFrance amaphoysa angu-15 asophikweni iPublic Order Policing (POP) azoba ingxenye yazobe eqaphe emidlalweni yama-olympic evulwa ngokusemthethweni ngoLwesihlanu.

Umthombo: Isolezwe

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • Government announces R10bn fuel levy relief for motorists
    4 weeks ago
  • Gauteng opens applications for 2026 summer initiation schools
    3 months ago
  • Thirty years of waiting, a memoir and a trial: conviction in Tupac Shakur killing brings closure
    3 months ago
  • SASSA confirms September 2026 grant payment dates
    3 months ago

More stories like this

  • Business, Current Issues, Local, National
    Elections and the information integrity crisis: Why SA’s human rights body is taking action
    3 months ago
  • Crime, National
    Orange Farm cop killed in mine dispute 
    4 months ago
  • Local, National, News
    Postbank issues last call for SASSA Gold Cards renewal
    4 months ago