National

Umjolo uzobulala abantu

Isiqephu sayizolo sohlelo elidlala kuMoja Love channel 157 i-Uyajola 9/9 sishiye abaningi bemangele futhi bekhathazekile. Lokhu kuza emuva kokuthi owesifazane obeze nethimba leUyajola 9/9 ezithole esephuthunyiselwa esibhedlela.

Admin
October 16, 2023

Isiqephu sayizolo sohlelo elidlala kuMojaLove channel 157 i-Uyajola 9/9 sishiye abaningi bemangele futhi bekhathazekile. Lokhu kuza emuva kokuthi owesifazane obeze nethimba leUyajola 9/9 ezithole esephuthunyiselwa esibhedlela.

Isiqephu sayizolo sifakazela ingoma yoMasikandi ethi “Asiwuyeke umjolo ngoba uyasehlula” ngoba ngempela wona umjolo awulula futhi nokufa umuntu angafa ngempela inhliziyo ime ithi nsi.

Izolo akuphelanga kahle neze neze ngoba losisi obezobamba owakwakhe ungcine esegijinyiselwa esibhedlela. Emuva koku donsadonsana nokushayana phakathi kwakhe nalosisi amubambe nowakwakhe, owakwakhe uvele wakhetha lo atholwe naye. Emuva kwalokho usisi oze neUyajola 9/9 uvele wagula.

Abantu ezinkundleni zokuxhumana baveze imibono eyahlukene futhi bezwelana naye, bekhathazekile ngempilo yakhe. Abanye baveze ukuthi umjolo uzobulala abantu, kanti abanye bathe sengaze kufe umuntu impela ngenxa yothando.

Did this story inform, inspire or affect you?

Do not let important community news stop with you. Share this article with two friends, relatives or neighbours and help more people stay informed about what is happening in Orange Farm and surrounding areas.

Follow Orange Farm News for trusted local reporting, community voices, breaking news and stories that matter.

Like it. Share it. Talk about it.

Join us on:

Together, we keep our community informed and connected.

Read more stories by

Admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Related Stories
  • Government announces R10bn fuel levy relief for motorists
    2 weeks ago
  • Gauteng opens applications for 2026 summer initiation schools
    2 months ago
  • Thirty years of waiting, a memoir and a trial: conviction in Tupac Shakur killing brings closure
    2 months ago
  • SASSA confirms September 2026 grant payment dates
    2 months ago

More stories like this

  • Business, Current Issues, Local, National
    Elections and the information integrity crisis: Why SA’s human rights body is taking action
    2 months ago
  • Crime, National
    Orange Farm cop killed in mine dispute 
    3 months ago
  • Local, National, News
    Postbank issues last call for SASSA Gold Cards renewal
    3 months ago