Amadoda angosaziwayo asebonakala egqoke iziketi kulamalanga

Bekungu washiywa washiywa ngenqephu, osaziwayo bendle ukotini ku Met Gala, ebeyise Metropolitan Museun of Art eNew York izolo

Osaziwayo bebekhiphe unyawo kulomcimbi wenqephu owenzeka minyaka yonke. Lapho osaziwayo kwezenfashini, kwezomculo nomabonakude bekhipha ikhono labo ku khaphethi obomvu red carpet phecelezi.

Kodwa indabuzekwayo ukubonakala kuka Asap Rocky oyisinqandamathe sika Rihanna, egqoke isiketi sesikoshi phezu kwebhulukwe.

Kulenzinsuku sekwandile ukubona osaziwayo besilisa begqoke iziketi. Umdlali webhola wala ekhaya uLinda Mtambo, wasusa izinkulumo ezinkundleni zokuxhumana emvakokubonakala egqoke isiketi. Abanye abantu bathi bona cha abayiboni kuyinto enhle indoda igqoke isiketi abanye bathi abayiboni inkinga lapho.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *