UXolani Khumalo we Sizokthola wenza umsebenzi oncomekayo

Ushayelwa izandla uXolani Khumalo wohlelo Sizokthola elidlala ku Moja Love, channel 157 njalo ngesonto lapho kuboshwa khona abathengisi bezidakamizwa

UXolani nethimba lakhe bafika bengalindelwe babophe labo abashushumbisa izidakamizwa ezifana ne nyaope, crystal meth, cocaine. Abaningi ababoshwa kulelihlelo abaphuma ngaphandle kakhulu eNigeria.

Lolu hlelo lithokozelwe kakhulu ngabantu abakhathele yilabo abathengisa izidakamizwa bebulala isizwe futhi bengaboshwa.

Abantu abaningi babhalile emakhasini wezokuxhuma beveza imibono yabo besho nokuthi kudala befisa uhlelo olunje. Nase Orange Farm, abahlali bathi bakhathele yizidakamizwa futhi bafisa ukuthi uXolani nethimba lakhe bafike bazobopha lezizigilamkhuba.

Inyaope ne crystal meth igcwele eOrange Farm, intsha iyaphela, ikusasa layo lishabelele abanye bayashona yilezidakamizwa, abadayisi bona abanandaba benza imali.

8 thoughts on “UXolani Khumalo we Sizokthola wenza umsebenzi oncomekayo

  • April 19, 2023 at 10:44 am
    Permalink

    This programmer helps a lot as it’s closing all the drug territories. But the most important thing is to deal with those kingpins.

    Reply
  • April 19, 2023 at 8:25 pm
    Permalink

    Kindly visit our area Pinetown (Nagina),please come and deal with these kingpins.Police officers doesn’t care they know them.Maybe they share the profit. Youth iphelile ungathi amakhehla nezalukazi.Its very painful to see izingane zabantu zidiyazela on the streets

    Reply
  • April 20, 2023 at 5:29 am
    Permalink

    Ndirhalela beze eBarkly East hey kubi kulendawo incinci kdw hayi idrugs ziyagqugqisa

    Reply
  • April 20, 2023 at 7:08 am
    Permalink

    I wish if he can come over here in Capetowm where the foreign nationals are selling drugs even on the streets and they don’t care of the police and they are doing their business of selling drugs killing our children and our country too.Drugs are everywhere in Capetown and I wish if he can come over here to fix Capetowm too .Xolani is doing a good job and I am always watching his program and I like what he is doing and his team.

    Reply
  • April 21, 2023 at 10:43 am
    Permalink

    Ngingathanda uksizo kwi flat engihlala kuyo ku Simmonds street duzane ne Standard bank eJoburg kunoweslisa odabuka eZimbabwe odayisa zona lezidakamizwa akaboshwa cos uyawadizela amaphoyisa sesizame Kaningi ukumbophisa sehluleka abasebenzi base Standard bank babhemela khona kuleli flat

    Reply
  • April 22, 2023 at 7:41 am
    Permalink

    Big up to this guy,may the almighty protect him from these dangerous creatures that are killing the youth,mhle msebenzi wakho bhuti nethimba lakho

    Reply
  • April 22, 2023 at 9:08 am
    Permalink

    I wish angeza naseNewcastle ziphelile izingane ezincane izidakamizwa

    Reply
  • May 8, 2023 at 5:09 am
    Permalink

    Hi I wish you can come here at Durban Point South Beach Point its where things are happening our brothers are slowly dying there if you pass you see them sleeping like they were hit by the train during Foreigners are here to destroy they have a mission it just piss me off shame

    Reply

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *