Inkabi Zezwe zenza ezibukwayo

U Siyabonga ‘Big Zulu’ Nene no Jabulani ‘Sjava’ Hadele bakhiphe ingoma eshisa bhe ebizwa ngo “Mbayimbayi” ejatshulelwe kakhulu ngabalandeli babo

“Umbayimbayi” lengoma ekhuluma ngothando isithengise igolide emavikini nje ambalwa ikhishiwe futhi ihlezi esicongweni ezingomeni ezidlalwa kakhulu noma ezilalelwa kakhulu.

Lengoma eshisa izikhokha izwakala yonke indawo ematekisini, ezimotweni nasezinkundleni sokuxhumana. Futhi ithinta abaningi emanonini. Labaculi banesiphiwo sokuthitha abantu ngaphakathi ngezingoma zabo futhi lokho kubenzele udumo babuye baqoqe nezindondo.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *