IMamelodi Sundowns iphindile futhi yathatha iDStv Premiership Cup

Leliqembu lasePitori lenza ezibukuywo, liyaqhubeka ukuzenzela phezu kwamanye amaqembu. Lidlala ibhola elihle kakhulu phansi komqeqeshi uRhulani Mokoena

ISundowns isithathele indebe yeDStv amahlandla ayisithupha futhi yaqoqa nezinye izindebe. Leqembu kumanje lidlala ku Caf Champions League nalapho lenza kahle kakhulu futhi libonakala lingayithatha lendebe.

Amasandawana athathe indebe yeDStv ingakapheli nesizini kusenemidlalo esele. Iqwakele phezulu ngamaphuzu angu 60 ivulele amaqembu alandela ngemuva igebe elikhulu. ISundowns isendleleni yokuba izinkunzi zase Africa. Halala Masandawana!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *